IZIGABA IZIQALO IZINCAZELO IZIBONELO
Isigaba 1a U- Lawa amagama asho ubuhlobo, amabizoqho Ugogo, Ubaba, Usisi
Isigaba 2a O- Ubuningi besigaba 1a. Ogogo, Obaba, Osisi
Isigaba 1. Umu-/Um- Amagama asho abantu Umuntu, Umlungu, Umfana
Isigaba 2. Aba-/ Abe- Ubuningi besigaba 1. Abantu, Abelungu, Abafana
Isigaba 3. Umu-/ Um- Amagama asho imvelo Kanye nokunye. Umuthi, Umuzi
Isigaba 4. Imi- Ubuningi besigaba 3. Imithi, Imizi
Isigaba 5 Ili-/ I- Lawa amagama asho izinto ezixubile. Ilitshe, Ihlo, Ilizwe
Isigaba 6 Ama-/Ame Ubuningi besigaba 5. Amatshe, Amehlo, Amazwe
Isigaba 7 Is-/Isi- Amagama akhuluma ngezinto ezisetshenziswayo Kanye nokunye. Isinkwa, Isikole
Isigaba 8 Izi- Ubuningi besigaba 7. Izinkwa, Izikole
Isigaba 9 I-/In- Okuxubile. Inkomo, Ingane, Inkukhu
Isigaba 10 Izin-/ Ubuningi besigaba 9. Izinkomo, Izingane, Izinkukhu.
Isigaba 11 U-/Ulu- Lawa amagama angayi ebuningini. Uluthi, uthi
Isigaba 12
Isigaba 13
Isigaba 14 Ubu- Lawa amagama angayi ebumningini. Ubuso, Ububi
Isigaba 15 Uku- Ukudla